1
Kwabase-Filipi 3:13-14
Baasraak Zulu New Testament Bible
Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile, kodwa kunye engikwenzayo, ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili; ngijonge emgomeni, emklomelweni wokubizwa okuphezulu kukaNkulunkulu kuKristu Jesu.
Qhathanisa
Hlola Kwabase-Filipi 3:13-14
2
Kwabase-Filipi 3:10-11
ukuze ngimazi yena, namandla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngifaniswe nokufa kwakhe; uba mhlawumbe ngifinyelele ekuvukeni kwabafileyo.
Hlola Kwabase-Filipi 3:10-11
3
Kwabase-Filipi 3:8
Yebo, impela, konke ngikushaya indiva ngobukhulu bokumazi uKristu Jesu iNkosi yami, engilahlekelwe yikho konke ngenxa yakhe, ngikushaya izibi, ukuze ngizuze uKristu
Hlola Kwabase-Filipi 3:8
4
Kwabase-Filipi 3:7
Kodwa lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKristu.
Hlola Kwabase-Filipi 3:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo