1
Kwabase Roma 6:23
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa; kodwa isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu.
Qhathanisa
Hlola Kwabase Roma 6:23
2
Kwabase Roma 6:14
Ngokuba isono asiyikubusa phezu kwenu, ngokuba aniphansi komthetho, kodwa niphansi komusa.
Hlola Kwabase Roma 6:14
3
Kwabase Roma 6:4
Ngakho sembelwa kanye naye ngokubhapathizelwa ekufeni, ukuze njengalokho uKristu wavuswa kwabafileyo ngenkazimulo kaYise, kanjalo nathi sihambe ekuphileni okusha.
Hlola Kwabase Roma 6:4
4
Kwabase Roma 6:13
futhi ninganikeli izitho zenu esonweni, zibe yizikhali zokungalungi, kodwa zinikeleni nina kuNkulunkulu njengabaphilayo bevukile kwabafileyo nezitho zenu kuNkulunkulu, zibe yizikhali zokulunga.
Hlola Kwabase Roma 6:13
5
Kwabase Roma 6:6
sisazi lokhu, ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye laye, ukuze umzimba wesono ubhujiswe, ukuze singabe sesikhonza isono
Hlola Kwabase Roma 6:6
6
Kwabase Roma 6:11
Ngokunjalo nani zishoni ukuthi ningabafileyo ngempela esonweni, kodwa niphilele uNkulunkulu ngoKristu Jesu.
Hlola Kwabase Roma 6:11
7
Kwabase Roma 6:1-2
Pho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa? Makube njalo. Thina esifile esonweni singaphinde siphile kanjani kuso na?
Hlola Kwabase Roma 6:1-2
8
Kwabase Roma 6:16
Anazi yini ukuthi lowo enizinikela kuye ukuba nibe yizinceku zokumlalela, niyizinceku zakhe enimlalelayo; loba okwesono kube ngukufa, kumbe ukulalela kube ngukulunga?
Hlola Kwabase Roma 6:16
9
Kwabase Roma 6:17-18
Kepha makabongwe uNkulunkulu, ngokuba naniyizigqila zesono, nalalela ngokusuka enhliziyweni leyo ndlela yesifundiso enanikelwa ngayo. Senikhululiwe esonweni, naba yizigqila zokulunga.
Hlola Kwabase Roma 6:17-18
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo