1
2 kaPetru 2:9
Contemporary Zulu Bible 2024
INkosi iyakwazi ukukhulula ezilingweni abamesabayo, nokugcinela abangalungile usuku lokwahlulelwa, bajeziswe
Qhathanisa
Hlola 2 kaPetru 2:9
2
2 kaPetru 2:21-22
Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba bebengayazanga indlela yokulunga kunokuba sebeyazi bafulathele umyalo ongcwele abawunikwayo. Kodwa kubehlele kubo njengokwesaga esiqinisileyo esithi: Inja ibuyela emahlanzweni ayo; nengulube egeziweyo ekubhidlizeni odakeni.
Hlola 2 kaPetru 2:21-22
3
2 kaPetru 2:19
Bebathembisa inkululeko, bona ngokwabo bayizigqila zokubhubha
Hlola 2 kaPetru 2:19
4
2 kaPetru 2:20
Ngokuba uma sebebalekele ukungcola kwezwe ngokuyazi iNkosi noMsindisi uJesu Kristu, babuye bahilelwe yikho, bahlulwe, isiphetho sabo sibi kunokuqala.
Hlola 2 kaPetru 2:20
5
2 kaPetru 2:1
Kepha kwakukhona nabaprofethi bamanga phakathi kwabantu, njengokuba naphakathi kwenu kuyakuba khona abafundisi bamanga abazakungenisa ngasese izifundiso ezibhubhisayo, bephika neNkosi eyabathengayo, bezilethela ukubhujiswa okusheshayo.
Hlola 2 kaPetru 2:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo