1
UDuteronomi 16:17
Contemporary Zulu Bible 2024
Yilowo nalowo makanikele njengamandla akhe, ngokwesibusiso sikaJehova uNkulunkulu wakho akuphe sona.
Qhathanisa
Hlola UDuteronomi 16:17
2
UDuteronomi 16:19
Ungachithi ukwahlulela; awuyikubanaka abantu, ungamukeli isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa amehlo abahlakaniphileyo, siphendukezela amazwi abalungileyo.
Hlola UDuteronomi 16:19
3
UDuteronomi 16:16
Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha; ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho.
Hlola UDuteronomi 16:16
4
UDuteronomi 16:20
Kumelwe nilandele okulungile ngokuphelele, ukuze niphile futhi nidle ifa lezwe uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona.
Hlola UDuteronomi 16:20
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo