1
Umshumayeli 4:9-10
Contemporary Zulu Bible 2024
Ababili bangcono kunoyedwa; ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, omunye uyakuthabatha umngane wakhe; kepha maye koyedwa uma ewa; ngoba kalamuntu ongamphakamisa.
Qhathanisa
Hlola Umshumayeli 4:9-10
2
Umshumayeli 4:12
Uma umuntu emnqoba, ababili bayakumphikisa; nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.
Hlola Umshumayeli 4:12
3
Umshumayeli 4:11
Futhi uma ababili belele ndawonye, bayakushisa; kodwa umuntu eyedwa angafudumala kanjani na?
Hlola Umshumayeli 4:11
4
Umshumayeli 4:6
Kungcono ukuthula okuncane kunezandla zombili ezigcwele umshikashika nokuphangisa.
Hlola Umshumayeli 4:6
5
Umshumayeli 4:4
Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya.
Hlola Umshumayeli 4:4
6
Umshumayeli 4:13
Ungcono umntwana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi endala eyisiwula engasayikuxwayiswa.
Hlola Umshumayeli 4:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo