1
Amahubo 14:1
Contemporary Zulu Bible 2024
Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Isiwula sathi enhliziyweni yaso: Akakho uNkulunkulu. Bakhohlakele, benze izinto ezinyantisayo, akekho owenza okuhle.
Qhathanisa
Hlola Amahubo 14:1
2
Amahubo 14:2
UJehova wabuka esezulwini abantwana babantu ukuba abone ukuthi ukhona yini oqondayo nofuna uNkulunkulu.
Hlola Amahubo 14:2
3
Amahubo 14:3
Bonke basuka, bangcola bonke kanyekanye; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.
Hlola Amahubo 14:3
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo