1 kwabaseKorinte 14:3-4

1 kwabaseKorinte 14:3-4 ZUL59

Kepha oprofethayo ukhuluma kubantu kube ngukwakha, nokududuza, nokuqunga isibindi. Okhuluma ngezilimi uyazakha yena, kepha oprofethayo wakha ibandla.