1 kuThimothewu 6:9

1 kuThimothewu 6:9 ZUL59

Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasesihibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekufeni nasekubhujisweni.