KuFilemoni 1:4-6
KuFilemoni 1:4-6 ZUL59
Ngibonga uNkulunkulu wami njalo ngikukhumbula emikhulekweni yami, uma ngizwa ngothando lwakho nokukholwa onakho eNkosini uJesu nakubo bonke abangcwele, ukuze ukuhlanganyela kokukholwa kwakho kube nomsebenzi ekwazini konke okuhle okukithi kuKristu,

