Ndodana yami, uma ulalela amazwi ami, ugcine imithetho yami, wenze indlebe yakho ilalele ukuhlakanipha, nenhliziyo yakho ithambekele ekuqondeni; uma ukhala ngokuhlaziya, ulizwakalisa izwi lakho ngokuqonda; uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo, khona uyakuqonda ukuthi kuyini ukumesaba uSimakade, uthole ulwazi ngoNkulunkulu.
Funda IZaga 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IZaga 2:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo