IzEnzo 19:11-12

IzEnzo 19:11-12 ZULUNT

UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla emangalisayo ngezandla zikaPawuli. Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.

Funda IzEnzo 19