Ngalokho uNkulunkulu wabanikela ekuhuhukeni okuyichilo, ngokuba nabesifazane babo baguqula ukwenza kwemvelo kwaba ngokuphambene nemvelo; Kanjalo namadoda ayeyeka ukwenza kwemvelo kowesifazane, asha ngokukhanukelana; abesilisa benza okuyichilo namadoda, bezuza kubo imbuyiselo efanele yokuduka kwabo. Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele
Funda Kwabase Roma 1
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Kwabase Roma 1:26-28
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo