Esteri 9:20-22

Esteri 9:20-22 CZB24

UMoridekayi waloba lezi zinto, wathumela izincwadi kuwo wonke amaJuda ayesezifundazweni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi, aseduze nakude; ukukumisa phakathi kwabo, ukuthi bagcine usuku lweshumi nane lwenyanga ka-Adari nolweshumi nanhlanu lwayo minyaka yonke; njengezinsuku amaJuda aphumula ngazo ezitheni zawo, nenyanga eyaguqulelwa kuwo usizi yaba intokozo, nokulila kwaba usuku oluhle; nezipho kwabampofu.

Funda Esteri 9