Luka 22:69-71

Luka 22:69-71 CZB24

Kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu. Base bethi bonke: “Pho, uyiNdodana kaNkulunkulu na? Wathi kubo: “Nina nisho ukuthi nginguye. Bathi: “Sisabufunelani ubufakazi na? ngoba thina ngokwethu sizwile ngomlomo wakhe.

Funda Luka 22