Mathewu 15:8-9

Mathewu 15:8-9 CZB24

Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.