Mathewu 6:31-33

Mathewu 6:31-33 CZB24

Ngakho ningakhathazeki nithi: Siyakudlani na? noma: Siyakuphuzani na? noma: Siyakwembatha ngani na? Ngokuba konke lokho abezizwe bayakufuna; ngokuba uYihlo osezulwini uyazi ukuthi niyakudinga lokho konke. Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu lokulunga kwakhe; futhi zonke lezi zinto ziyakwenezelwa nina.

Funda Mathewu 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 6:31-33