Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, ufihle imiyalo yami kuwe; ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uphendulele inhliziyo yakho ekuqondeni; Yebo, uma ubiza ukwazi, uphakamisela izwi lakho ukuqonda; Uma ubufuna njengesiliva, ubufuna njengengcebo efihliweyo; Khona uyakuqonda ukumesaba uJehova, uthole ukumazi uNkulunkulu.
Funda Izaga zikaSolomoni 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Izaga zikaSolomoni 2:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo