1 kwabaseKorinte 11:25-26
1 kwabaseKorinte 11:25-26 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kanjalo, yathabatha nendebe emuva kokudla kwakusihlwa, yathi: “Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami; kwenzeni lokhu ngezikhathi zonke eniphuza ngazo, ukuba ningikhumbule.” Ngokuba ngaso sonke isikhathi lapho nidla lesi sinkwa, niphuza le ndebe nimemezela ukufa kweNkosi ize ibuye.
1 kwabaseKorinte 11:25-26 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kanjalo wathabatha nesitsha emva kokudla kwakusihlwa, wathi: “Lesi sitsha siyisivumelwano esisha egazini lami; lokhu kwenzeni ngezikhathi zonke enisiphuza ngazo ukuba ningikhumbule.” Ngokuba njalo, nxa nidla lesi sinkwa niphuza lesi sitsha, nimemezela ukufa kweNkosi ize ifike.
1 kwabaseKorinte 11:25-26 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kanjalo wathabatha nesitsha emva kokudla kwakusihlwa, wathi: Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami; Ngokuba njalo, nxa nidla lesi sinkwa, niphuza lesisitsha, nimemezela ukufa kweNkosi ize ifike.