1 kwabaseKorinte 12:17-19
1 kwabaseKorinte 12:17-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uma umzimba wonke ubuliso, ukuzwa ngabe kuphi? Uma wonke ubuwukuzwa, ukuhogela ngabe kuphi? Kodwa khathesi-ke uNkulunkulu umisile izitho, yileso laso emzimbeni njengokuthanda kwakhe. Uma zonke beziyisitho sinye, umzimba ngabe uphi na?
1 kwabaseKorinte 12:17-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma umzimba wonke ubuliso, ukuzwa ngabe kuphi? Uma wonke ubuwukuzwa, ukuhogela ngabe kuphi? Kodwa khathesi-ke uNkulunkulu umisile izitho, yileso laso emzimbeni njengokuthanda kwakhe. Uma zonke beziyisitho sinye, umzimba ngabe uphi na?
1 kwabaseKorinte 12:17-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uma wonke umzimba ubuyiso, ukuzwa ngabe kukuphi na? Uma wawungukuzwa, ngabe ukunuka kukuphi na? Kepha manje uNkulunkulu umisile izitho, yileso naleso emzimbeni ngokuthanda kwakhe. Uma zonke zaziyisitho esisodwa, ngabe uphi umzimba na?
1 kwabaseKorinte 12:17-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uma umzimba wonke ubuyiso, ukuzwa ngabe kuphi na? Uma wonke ubungukuzwa, ukunuka ngabe kuphi na? Kepha kalokhu uNkulunkulu umisile izitho zonke, yileso naleso emzimbeni ngokuthanda kwakhe. Uma kambe zonke ziyisitho sinye, umzimba ngabe uphi na?