1 AmaKhosi 9:3
1 AmaKhosi 9:3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USimakade wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa onxuse ngakho phambi kwami. Ngiyibusisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke igama lami kuyo kuze kube phakade. Amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuhlala kuyo zonke izinsuku.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 91 AmaKhosi 9:3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho onxuse ngakho phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke khona igama lami kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona izinsuku zonke.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 91 AmaKhosi 9:3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Wayesethi uJehova kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho okwenzile phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngimise igama lami khona kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona njalo.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 9