1 uSamuweli 21:12-13
1 uSamuweli 21:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati. Waguquka ingqondo phambi kwabo, wazenza ohlanyayo ezandleni zabo, wadweba ezivalweni zamasango, wehlisela amathe esilevini.
Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 211 uSamuweli 21:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UDavide wawagcina lawo mazwi enhliziyweni yakhe, futhi wayesemesaba kakhulu u-Akhishi, inkosi yaseGathi. Ngakho-ke wayiguqula indlela aziphethe ngayo phambi kwabo, wenza sengathi ingqondo yakhe iphambene ngesikhathi ephambi kwabo. Wadweba ezivalweni zamasango, wagxiza amathe, ehla ngesilevu.
Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 211 uSamuweli 21:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati. Washintsha ukuziphatha kwakhe phambi kwabo, wazihlanyisa ezandleni zabo, wanwaya ezicabheni zesango, wavumela amathe awela esilevini sakhe.
Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 21