1 uSamuweli 5:3-4
1 uSamuweli 5:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Abase-Ashidodi sebevukile kusasa ekuseni, bheka, uDagoni wayewile phansi ngobuso phambi komphongolo kaJehova. Bamthatha uDagoni, bambuyisela endaweni yakhe. Sebevukile kusasa ekuseni, bheka, uDagoni wayewile phansi ngobuso phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezimpama zombili zezandla zakhe zazinqamukile zisembundwini; kwasala isidumbu sakhe kuphela.
1 uSamuweli 5:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwathi bevuka abantu base-Ashidodi ekuseni ngakusasa; bheka, uDagoni wayewele phansi emhlabathini phambi komphongolo kaSimakade. Bamthatha uDagoni, bambuyisela endaweni yakhe. Bavuka ngakusasa ekuseni; uyabona-ke, uDagoni wayewele phansi emhlabathini phambi komphongolo kaSimakade, ikhanda likaDagoni nezihlakala zombili zezandla zakhe zazinqamukile, zisembundwini, kwakusele isidikinyane kuphela.
1 uSamuweli 5:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kwathi sebeqedile e-Ashidodi ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova. Basebemthatha uDagoni bambuyisela endaweni yakhe. Lapho bevuka ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezintende zezandla zakhe zombili zazinqunyiwe zisembundwini; kwasala isiphunzi sikaDagoni kuphela.