1 uSamuweli 9:5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
1 uSamuweli 9:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sebefikile ezweni laseSufi, uSawule wathi kuyo inceku yakhe eyayinaye: “Woza sibuye, funa ubaba aziyeke izimbongolo, enqene ngathi.”
Dlulisela
1 uSamuweli 9 ZUL591 uSamuweli 9:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwathi lapho befika eZufi, uSawule wathi encekwini yakhe eyayihamba naye: “Woza, siphindele emuva, funa ubaba ayeke ukukhathazeka ngezimbongolo, bese ekhathazeka ngathi.”
Dlulisela
1 uSamuweli 9 ZUL201 uSamuweli 9:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Lapho sebefikile ezweni laseSufi, uSawule wathi encekwini yakhe eyayinaye: “Woza sibuyele emuva; ukuthi ubaba akayeki ukunakekela izimbongolo nokusicabangela.
Dlulisela
1 uSamuweli 9 CZB24