1 kuThimothewu 2:9-10
1 kuThimothewu 2:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kanjalo-ke nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bahlobe ngokuhlakanipha nokuqonda, kungabi ngezinwele ezelukiweyo, ngegolide, ngamapharele noma ngezembatho ezibizayo. Kepha okufanele abesifazane abathi bayamesaba uNkulunkulu, ukuba bahlobe ngemisebenzi emihle.
1 kuThimothewu 2:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokunjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda, kungabi ngezinwele ezalukiweyo, nangegolide, nangamaparele,* nangezambatho ezinemali eningi, kepha njengokufanele abesifazane abashoyo ukuthi besaba uNkulunkulu bahlobe ngemisebenzi emihle.
1 kuThimothewu 2:9-10 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kanjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda; kungabi ngezinwele ezalukiweyo, negolide, namaparele, nezambatho ezinenani elikhulu; Kodwa (okufanele abesifazane abathi besaba uNkulunkulu) benze imisebenzi emihle.
1 kuThimothewu 2:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)