1 kuThimothewu 3:16
1 kuThimothewu 3:16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kuvunyiwe ukuthi inkulu imfihlakalo yokukhonza uNkulunkulu yokuthi: Owabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa ezizweni, wakholeka ezweni, waphakanyiselwa enkazimulweni.
1 kuThimothewu 3:16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.
1 kuThimothewu 3:16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Akuthandabuzwa ukuthi inkulu imfihlakalo yenkolo yethu yokuthi: Owabonakaliswa engumuntu nje, wafakazelwa nguMoya, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, bakholwa nguye emhlabeni, wenyuselwa enkazimulweni.
1 kuThimothewu 3:16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)