1 kuThimothewu 6:17-18
1 kuThimothewu 6:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bayale abacebileyo kuleli lizwe lamanje ukuba bangazikhukhumezi, bangathembeli engcebeni ephelayo, kodwa bathembele kuNkulunkulu osipha konke, ukuba sithokoze ngakho. Bayale ukuba benze okuhle, bacebe ngokwenza imisebenzi emihle, baphane, futhi babelane.
1 kuThimothewu 6:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yala abacebileyo kuleli zwe lamanje ngokuthi bangakhukhumali, bangathembeli engcebeni engemiyo, kepha mabathembele kuNkulunkulu osicebisa ngakho konke, sithokoze ngakho, benze okuhle, bacebe ngemisebenzi emihle, baphane, babelane
1 kuThimothewu 6:17-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Yala abanothileyo kulomhlaba ukuthi bangazikhukhumezi, bangathembeli engcebweni engaqinisekile, kodwa mabathembele kuNkulunkulu osinika ngokucebile konke ukuba sikujabulele; ukuba benze okuhle, bacebe emisebenzini emihle, babe nokwaba, bahlanganyele nabanye
1 kuThimothewu 6:17-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)