2 iziKronike 32:7-8
2 iziKronike 32:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningadangali ngenxa yenkosi yase-Asiriya nangenxa yesixuku ehamba naso, ngokuba mkhulu onathi kunalowo onaye. Ngamandla omuntu nje anaye, kodwa uSimakade uNkulunkulu wethu unathi ukuba asisize, alwe izimpi zethu.” Abantu bencika emazwini kaHezekiya, inkosi yakwaJuda.
2 iziKronike 32:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningapheli amandla ngenkosi yase-Asiriya nangesixuku sonke esinayo, ngokuba onathi mkhulu kunonaye; okunaye yingalo yenyama; okunathi nguJehova uNkulunkulu wethu ukuba asisize, alwe izimpi zethu.” Abantu bencika emazwini kaHezekiya inkosi yakwaJuda.
2 iziKronike 32:7-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Qinani, nime isibindi, ningayesabi, ningathuki ngenkosi yase-Asiriya naso sonke isixuku esinayo, ngokuba abanathi baningi kunabanaye. Okunaye ingalo yenyama; kodwa okunathi uJehova unguNkulunkulu wethu ukuba asisize, alwe izimpi zethu. Abantu bema emazwini kaHezekiya inkosi yakwaJuda.