2 kwabaseKorinte 2:14-15
2 kwabaseKorinte 2:14-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Makabongwe uNkulunkulu osihola njalo ekunqobeni kuKristu, ebonakalisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke. Ngokuba thina siyiphunga elimnandi likaKristu kuNkulunkulu phakathi kwabasindiswayo nakwababhubhayo
2 kwabaseKorinte 2:14-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha makabongwe uNkulunkulu osihola njalo odwendweni lokunqoba ngoKhristu, nothaphukisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke. Ngokuba siyiphunga elimnandi likaKhristu kuNkulunkulu kulabo abasindiswayo nakulabo ababhubhayo.
2 kwabaseKorinte 2:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kodwa makabongwe uNkulunkulu osihola njalo odwendweni lokunqoba kuKristu nobonakalisa ngathi iphunga lokwazi kwakhe ezindaweni zonke; ngokuba siyiphunga elimnandi likaKristu kuNkulunkulu kubo abasindiswayo nakubo abalahlwayo
2 kwabaseKorinte 2:14-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)