2 kaPetru 1:16 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

2 kaPetru 1:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba sasingalandeli izinganekwane zobuqili, lapho sanazisa amandla nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu, kodwa sasingababonayo amandla obukhosi bakhe.

2 kaPetru 1:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngokuba sasingalandeli izinganekwane zobuqili, ngesikhathi sinazisa ngamandla nokufika kweNkosi yethu uJesu Khristu, kodwa sasingofakazi abazibonele ngawabo ubukhosi bakhe.

2 kaPetru 1:16 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Ngokuba asilandelanga izinganekwane zobuqili, lapho sinazisa amandla nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu, kodwa sasingababonayo amandla obukhosi bakhe.

2 kaPetru 1:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba asilandelanga izinganekwane zobuqili, lapho sinazisa amandla nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu, kodwa sasingababonayo amandla obukhosi bakhe.