2 uSamuweli 11:7 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
2 uSamuweli 11:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Esefikile kuye u-Uriya, uDavide wabuza kuye impilo yakhe, nempilo yabantu, nokuthi impi ihamba kanjani.
Dlulisela
2 uSamuweli 11 ZUL592 uSamuweli 11:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)
U-Uriya wafika kuye, uDavide wayesebuza ukuthi unjani uJowabe, nokuthi impi ihamba kanjani.
Dlulisela
2 uSamuweli 11 ZUL202 uSamuweli 11:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
U-Uriya esefikile kuye, uDavida wambuza ukuthi kwakunjani kuJowabi, lokuthi abantu baqhuba njani, lokuthi impi iphumelele njani.
Dlulisela
2 uSamuweli 11 CZB24