2 kuThimothewu 4:3-4
2 kuThimothewu 4:3-4 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba siyeza isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilileyo; kodwa ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi, beluma izindlebe; njalo bazafulathelisa izindlebe zabo eqinisweni, baphendukele ezinganekwaneni.
2 kuThimothewu 4:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba kuyakufika isikhathi abangayukuyamukela ngaso imfundiso elungileyo, kodwa bayakuzibuthela abafundisi ngokwezinkanuko zabo nangokubatshwa kwezindlebe zabo. Bayakufulathelisa izindlebe zabo eqinisweni, baphambukele ezinganekwaneni.
2 kuThimothewu 4:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba kuyakuba khona isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilayo, kepha ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi njengokubatshwa kwezindlebe zabo, bafulathelise izindlebe zabo eqinisweni, baphambukele ezinganekwaneni.
2 kuThimothewu 4:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)