UDaniyeli 2:27-28
UDaniyeli 2:27-28 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UDaniyeli waphendula phambi kwenkosi, wathi: “Imfihlakalo eyibuzayo inkosi, abahlakaniphileyo, nabathwebulayo, nezanusi, nabahlola imihlola, bangeyibonise yona inkosi. Kepha kukhona uNkulunkulu ezulwini owambula izimfihlakalo; wazisile inkosi uNebukhadinezari okuyakuba khona ngezinsuku ezizayo. Iphupho lakho nemibono yekhanda lakho embhedeni wakho nakhu
UDaniyeli 2:27-28 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UDaniyeli waphendula phambi kwenkosi, wathi: “Imfihlakalo eyibuzayo inkosi, abahlakaniphileyo, nabathwebulayo, nezanusi, nabahlola imihlola, bangeyibonise yona inkosi. Kepha kukhona uNkulunkulu ezulwini owambula izimfihlakalo; wazisile inkosi uNebukadinesari okuyakuba khona ngezinsuku ezizayo. Iphupho lakho nemibono yekhanda lakho embhedeni wakho nakhu
UDaniyeli 2:27-28 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UDaniyeli waphendula phambi kwenkosi, wathi: “Imfihlakalo inkosi eyibuzayo, nabahlakaniphileyo, nabathakathi, nabathakathi, nabahlola imihlola, abanakwazise inkosi; Kodwa kukhona uNkulunkulu ezulwini owambula izimfihlo futhi uyazisa inkosi uNebhukhadinezari okuzakwenzeka ekupheleni kwezinsuku. Leli yiphupho lakho nobuso bekhanda lakho embhedeni wakho