UDuteronomi 18:10-11
UDuteronomi 18:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Makungafunyanwa muntu phakathi kwenu onikela ngendodana yakhe noma ngendodakazi yakhe ngokuyidabulisa emlilweni, noma umbhuli, ohlola imihlola, owenza imilingo, noma umlumbi, owenza iziphonso, othinta imimoya yabangasekho, nobiza akhuphule imimoya yamadlozi.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 18UDuteronomi 18:10-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Makungafunyanwa kuwe umuntu odabulisa indodana yakhe noma indodakazi yakhe emlilweni, noma umbhuli, noma ohlola imihlola, noma owenza imilingo, noma umlumbi, noma owenza iziphonso, noma obhula emadlozini, noma umthakathi, noma umlozikazana.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 18UDuteronomi 18:10-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Akuyikufunyanwa kinina odabulisa indodana yakhe noma indodakazi yakhe emlilweni, noma obhulayo, noma ohlola imihlola, noma ohlola imihlola, noma owenza imilingo, noma umthakathi, noma umthakathi, noma umluleki, noma umthakathi, noma ofileyo.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 18