UDuteronomi 30:16
UDuteronomi 30:16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
engikuyala ngakho namuhla ukuba umthande uSimakade uNkulunkulu wakho, uhambe ezindleleni zakhe, ugcine imiyalo yakhe, izimiso zakhe, nezehlulelo zakhe, ukuze uphile, wande, uSimakade uNkulunkulu wakho akubusise ezweni ongena kulo, ukulidla.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30UDuteronomi 30:16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngokuba ngiyakuyala namuhla ukuba nithande uJehova uNkulunkulu wenu, nihambe ezindleleni zakhe, nigcine imiyalo yakhe, nezimiso zakhe, nezahlulelo zakhe, ukuze niphile, nande; uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa ezweni oya kulo ukulidla.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30UDuteronomi 30:16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
ngokukuyala namuhla ukuba umthande uJehova uNkulunkulu wakho, uhambe ngezindlela zakhe, ugcine imiyalo yakhe, nezimiso zakhe, nezahlulelo zakhe, ukuze uphile, wande, uJehova uNkulunkulu wakho akubusise ezweni ongena kulo ukulidla.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30