UDuteronomi 30:17-18
UDuteronomi 30:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Kepha uma uyifulathelisa inhliziyo yakho ungalaleli; uyengeke ukuba ukhuleke kwabanye onkulunkulu, ubakhonze, ngiyaqinisa kini namuhla ukuthi niyakubhubha nokubhubha; izinsuku zenu aniyukuzandisa ezweni eniwela iJordani ukuba ningene kulo, nilidle.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30UDuteronomi 30:17-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kepha uma inhliziyo yakho iphambuka, ungalaleli, udonswe, ukhonze abanye onkulunkulu, ubakhonze; Ngiyanitshela namuhla ukuthi niyakubhubha nokubhubha, futhi aniyikuzandisa izinsuku zenu ezweni enawela iJordani ukuyolidla.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30UDuteronomi 30:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Kepha uma inhliziyo yakho iphenduka ukuze ungezwa, kepha uyengwe, ukhuleke kwabanye onkulunkulu, ubakhonze, ngiyanimemezela namuhla ukuthi niyakubhubha nokubhubha; aniyikuzandisa izinsuku zenu ezweni eniwela iJordani ukuba ningene kulo ukulidla.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 30