UmShumayeli 12:6-7
UmShumayeli 12:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
ngaphambi kokuba intambo yesiliva igqabuke, kuphahlazeke nesitsha segolide, nokhamba lufele emthonjeni, nesondo lifele emgodini wamanzi, uthuli lubuyele emhlabathini, njengoba lwalunjalo, umphefumulo ubuyele kuNkulunkulu owawuvele kuye.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12UmShumayeli 12:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
yebo, lingakagqabuki igoda lesiliva, nokhamba lwegolide lungakaphahlazwa, nembiza ingakafi ngasemthonjeni, nesondo lingakaphuki ngasemgodini wamanzi, uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12UmShumayeli 12:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kungaze kugqashuke intambo yesiliva, noma isitsha segolide sigqabuke, noma imbiza iphukile ngasemthonjeni, noma kwephulwa isondo emthonjeni. Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12