UmShumayeli 2:24-25
UmShumayeli 2:24-25 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Akukho lutho olungcono kumuntu kunokuba adle futhi aphuze, futhi avumele umphefumulo wakhe ujabulele umsebenzi wakhe kahle. Ngabona futhi ukuthi yayivela esandleni sikaNkulunkulu. Ngokuba ngubani ongadla kakhulu kunami, ngubani ongashesha lapha na?
Dlulisela
Funda UmShumayeli 2UmShumayeli 2:24-25 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Akukho okungcono okungenziwa ngumuntu ngaphandle kokuthi adle, aphuze, aneliseke ngomsebenzi wakhe. Nalokho futhi ngakubona ukuthi kuvela esandleni sikaNkulunkulu, ngokuba ngaphandle kwakhe, ngubani ongadla noma athokoze na?
Dlulisela
Funda UmShumayeli 2UmShumayeli 2:24-25 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Akukho okuhle kumuntu kunalokhu kokuba adle, aphuze, abonise umphefumulo wakhe okuhle emshikashikeni wakhe, kepha nalokho ngakubona ukuthi kuvela esandleni sikaNkulunkulu. Ngokuba ngubani ongadla, ngubani ongajabula ngaphandle kwakhe na?
Dlulisela
Funda UmShumayeli 2