U-Esteri 2:11 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
U-Esteri 2:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UMoridekayi wayehamba zonke izinsuku phambi kwegceke lendlu yabesifazane ukuba azi impilo ka-Esteri nokuthi kwenziwe njani kuye.
Dlulisela
U-Esteri 2 ZUL59U-Esteri 2:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Nsuku zonke uMoridekhayi wayezidlisa satshanyana ngasesangweni lendlu yabesifazane, ukuze ahogele ukuthi uqhuba kanjani u-Esteri, nokuthi yini ezokwenzeka kuye.
Dlulisela
U-Esteri 2 ZUL20U-Esteri 2:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UMoridegayi wayehamba zonke izinsuku phambi kwegceke lendlu yabesifazane ukuze azi ukuthi u-Esteri unjani nokuthi kuzokwenzekani kuye.
Dlulisela
U-Esteri 2 CZB24