U-Eksodusi 16:8
U-Eksodusi 16:8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UMose wayesethi: “Lapho uSimakade enipha inyama ukuba nidle kusihlwa, nesinkwa esanele ekuseni, kungokuba uSimakade ekuzwile enikhononda ngakho ngaye, thina-ke besingobani? Ukukhononda kwenu anikubhekisile kithi, kodwa kuSimakade.”
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 16U-Eksodusi 16:8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UMose wathi: “Lokhu kuzakwenzeka, lapho uJehova eyakuninika inyama kusihlwa ukuba nidle, nasekuseni isinkwa ukuze nisuthe; ngokuba uJehova uyezwa izinkonono zenu enikhonona ngaye ngazo; thina siyini? Izinkonono zenu azingathi, zingoJehova.”
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 16