UHezekeli 22:30 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UHezekeli 22:30 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Ngafuna kubo umuntu wokubiya uthango, eme esikhaleni ngaphambi kwami ngenxa yezwe ukuba ngingalichithi, kepha angimfumananga.
Dlulisela
UHezekeli 22 ZUL59UHezekeli 22:30 ZUL20 (IsiZulu 2020)
“Ngafuna kubo umuntu owayezokwakha ugange, ame esikhaleni phambi kwami ngenxa yezwe, ukuze ngingalibhubhisi, kodwa angimtholanga.
Dlulisela
UHezekeli 22 ZUL20UHezekeli 22:30 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngafuna phakathi kwabo umuntu ongakha uthango, eme esikhaleni phambi kwami ngenxa yezwe, ukuze ngingalichithi; kodwa angitholanga lutho.
Dlulisela
UHezekeli 22 CZB24