UHezekeli 25:6 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UHezekeli 25:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba ushaye ihlombe, wadubhuza ngezinyawo, wathokozela izwe lakwa-Israyeli ngawo onke amafundululu akho emphefumulweni
Dlulisela
UHezekeli 25 ZUL59UHezekeli 25:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngokuba isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: njengoba ushaye ihlombe, wagidagida ngezinyawo, wathokoza ngabo bonke ububi obusenhliziyweni yakho, umelene nezwe lakwa-Israyeli
Dlulisela
UHezekeli 25 ZUL20UHezekeli 25:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba nishaye ihlombe, ninyathela ngezinyawo zenu, nathokoza ngenhliziyo yenu ngakho konke ukukhathazeka kwenu ngezwe lakwa-Israyeli
Dlulisela
UHezekeli 25 CZB24