KwabaseGalathiya 2:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseGalathiya 2:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

ngokuba yena owanika uPetru amandla ukuba abe ngumphostoli wabasokayo wanginika nami amandla ukuba ngibe ngumphostoli wabezizwe

KwabaseGalathiya 2:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngokuba Yena owanika uPhethro ukuba abe ngumphostoli kwabasokileyo, uyasebenza nakimi kwabezizwe.

KwabaseGalathiya 2:8 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)

KwabaseGalathiya 2:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)