KwabaseGalathiya 5:19-21
KwabaseGalathiya 5:19-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kepha imisebenzi yenyama isobala, okuyiyona; ubufebe, ubufebe, ukungcola, ubufebe, Ukukhonza izithombe, ubuthakathi, inzondo, ukuxabana, umona, ulaka, ukuxabana, ukuhlubuka, ukuhlubuka, umhawu, ukubulala, ukudakwa, ukuxokozela, nokunye okunjalo, enginitshela ngakho ngaphambili, njengalokho ngasho kini ngaphambili, ukuthi abenza okunjalo abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.
KwabaseGalathiya 5:19-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Imisebenzi yemvelo eyonakeleyo isobala, yilena: ubufebe, ukungcola, amanyala, ukukhonza izithombe, ukuthakatha, ubutha, ukulwa, umona, ulaka, ubugovu, ukwehlukana, ukuba maqembuqembu, umhawu, ukudakwa nokuxokozela, izinto ezifana nalezi engiqeda ukunitshela ngazo, njengokuba ngasho, abenza lezi zinto abanakulidla ifa loMbuso kaNkulunkulu.
KwabaseGalathiya 5:19-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha imisebenzi yenyama isobala, engukuthi: ubufebe, nokungcola, namanyala, nokukhonza izithombe, nokuthakatha, nobutha, nokulwa, nomona, nokuthukuthela, nokubanga, nokwalana, nokwahlukana, nomhawu, nokudakwa, nokuxokozela, nokunjalo engandulela ukunitshela ngakho, njengokuba senganitshela ukuthi abenza okunje abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.
KwabaseGalathiya 5:19-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)