KwabaseGalathiya 5:22-25
KwabaseGalathiya 5:22-25 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, nokujabula, nokuthula, nokubekezela, nobubele, nobuvi, nokukholeka, nobumnene, nokuzithiba. Akukho mthetho omelana nokunjalo. Kepha abakaKristu Jesu babethele esiphambanweni inyama kanye nokuhuheka nezinkanuko. Uma siphila ngoMoya, masihambe futhi ngoMoya.
KwabaseGalathiya 5:22-25 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa isithelo sikaMoya siluthando, intokozo, ukuthula, ukubekezela, ubumnene, ukulunga, ukholo, ubumnene, nokuzithiba: akukho mthetho omelene nokunjalo. AbakaKristu babethele esiphambanweni inyama kanye nokuhuheka nezinkanuko. Uma siphila ngoMoya, masihambe futhi ngoMoya.
KwabaseGalathiya 5:22-25 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, ukujabula, ukuthula, ukubekezela, ububele, ukulunga, ukukholwa, ubumnene, nokuzithiba. Akukho mthetho ongamelana nalezi zinto. Kepha abakaKhristu bayibethele imvelo eyonakeleyo nokuhuheka nezinkanuko zayo. Uma siphila ngoMoya, masenze futhi okuhambisana noMoya.
KwabaseGalathiya 5:22-25 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)