UGenesise 21:17-18
UGenesise 21:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UNkulunkulu wakuzwa ukukhala komfana. Ingelosi kaNkulunkulu yammemeza uHagari isezulwini, yathi kuye: “Kwenzenjani Hagari? Ungesabi, ngokuba uNkulunkulu ukuzwile ukukhala komfana, lapho ekhona. Phakama umthathe umfana, umbambe ngesandla umqinise, ngokuba ngizomenza abe yisizwe esikhulu.”
UGenesise 21:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu wezwa izwi lomfana. Ingelosi kaNkulunkulu yamemeza kuHagari isezulwini, yathi kuye: “Kuyini, Hagari? Ungesabi, ngokuba uNkulunkulu ulizwile izwi lomntwana, lapho ekhona. Vuka uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho, ngokuba ngiyakumenza isizwe esikhulu.”
UGenesise 21:17-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UNkulunkulu wezwa izwi lomfana; ingelosi kaNkulunkulu yamemeza kuHagari isezulwini, yathi kuye: “Kuyini kuwe, Hagari? ningesabi; ngoba uNkulunkulu wezwa ilizwi lendodana lapho ekhona. Vuka, uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho; ngoba ngizamenza isizwe esikhulu.