UGenesise 39:11-12
UGenesise 39:11-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Langa limbe lapho uJosefa engena endlini ezosebenza, kungekho muntu omunye endlini, umkaPotifari wamdumela, wabamba ingubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kodwa uJosefa waphulukundlela, washiya isembatho sakhe ezandleni zakhe, wabaleka, waphumela phandle.
Dlulisela
Funda UGenesise 39UGenesise 39:11-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngaleso sikhathi uJosefa wangena endlini ukwenza umsebenzi wakhe; kwakungekho phakathi kwamadoda endlu. Wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami;” washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wamkhiphela phandle.
Dlulisela
Funda UGenesise 39UGenesise 39:11-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwathi ngosuku lumbe engena endlini ukuyokwenza imisebenzi yakhe, kungekho lapho phakathi noyedwa owendlu, wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kepha washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wagijimela phandle.
Dlulisela
Funda UGenesise 39