UGenesise 43:27 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

UGenesise 43:27 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wabuza impilo yabo, wathi: “Usaphila uyihlo, ixhegu enanikhuluma ngalo, na? Usekhona na?”

UGenesise 43:27 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wawabuza impilo wathi: “Iphila kanjani indoda endala enguyihlo enangitshela ngayo na? Isawadla yini anhlamvana na?”

UGenesise 43:27 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wababuza ukuphila kwabo, wathi: “Uyihlo, ixhegu enakhuluma ngalo, wenza kahle na? Usaphila?