UGenesise 49:3-4
UGenesise 49:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Wena Rubeni uyizibulo lami, ungamandla ami, engabonakalisa ngawo ubudoda bami, uyingqongqo, unesithunzi, ingqongqo enamandla ukubedlula bonke. Ubikizela njengamanzi omfula, kodwa ngeke usaba yingqongqo, ngoba wakhwela embhedeni kayihlo, wawungcolisa; wakhwela embhedeni wami.
Dlulisela
Funda UGenesise 49UGenesise 49:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Rubeni, uyizibulo lami wena, amandla ami, ukuqala kwezikhwepha zami, ingqongqo ngesithunzi, ingqongqo ngamandla. Uyachichima njengamanzi, awuyikuba nabungqongqo, ngokuba wakhwela embhedeni kayihlo, wawona; wakhwela okhukhweni lwami.
Dlulisela
Funda UGenesise 49UGenesise 49:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Rubeni, uyizibulo lami, amandla ami, nengqalo yamandla ami, ubuhle besithunzi, nobuhle bamandla. Ongazinzile njengamanzi, awuyikuba mnandi; ngoba wenyukela embhedeni kayihlo; bese uyalingcolisa; wakhuphukela embhedeni wami.
Dlulisela
Funda UGenesise 49