UGenesise 9:12-13
UGenesise 9:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UNkulunkulu wayesethi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani, nazo zonke izizukulwane ezisazozalwa: Uthingo lwenkosazana ngilubeke emafini, ukuze lube wuphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
Dlulisela
Funda UGenesise 9UGenesise 9:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani kuze kube sezizukulwaneni zaphakade: ngizakumisa uthingo lwami emafwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
Dlulisela
Funda UGenesise 9UGenesise 9:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini kuze kube phakade. Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
Dlulisela
Funda UGenesise 9