KumaHeberu 11:34 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KumaHeberu 11:34 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

bacima amandla omlilo, baphepha osikweni lwenkemba, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.

KumaHeberu 11:34 ZUL20 (IsiZulu 2020)

bacima amandla omlilo, baphunyuka enkembeni, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.

KumaHeberu 11:34 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.

KumaHeberu 11:34 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.